Jeremiya 15:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Uma sithi kuwe, ‘Sizoyaphi?’ kufanele uthi kuso, ‘Yilokhu uJehova akushoyo: “Abanye benu bayobulawa yizifo, Abanye bayobulawa yimpi, + Abanye bayobulawa indlala, Kanti abanye bayothunjwa.” ’ + Jeremiya 16:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 ‘Bayobulawa yizifo ezibulalayo, + akekho oyobakhalela, akekho oyobangcwaba; + bayoba njengomquba phezu komhlaba. Bayobulawa yinkemba nayindlala, + futhi izidumbu zabo ziyodliwa yizinyoni nayizilwane zasendle.’ Hezekeli 5:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ingxenye kini iyofa ngesifo esiwumshayabhuqe noma ibulawe yindlala. Enye ingxenye iyowa ngenkemba nxazonke zenu. + Ingxenye yokugcina ngiyoyihlakazela kuyo yonke indawo, ngihoshe inkemba ngibajahe. +
2 Uma sithi kuwe, ‘Sizoyaphi?’ kufanele uthi kuso, ‘Yilokhu uJehova akushoyo: “Abanye benu bayobulawa yizifo, Abanye bayobulawa yimpi, + Abanye bayobulawa indlala, Kanti abanye bayothunjwa.” ’ +
4 ‘Bayobulawa yizifo ezibulalayo, + akekho oyobakhalela, akekho oyobangcwaba; + bayoba njengomquba phezu komhlaba. Bayobulawa yinkemba nayindlala, + futhi izidumbu zabo ziyodliwa yizinyoni nayizilwane zasendle.’
12 Ingxenye kini iyofa ngesifo esiwumshayabhuqe noma ibulawe yindlala. Enye ingxenye iyowa ngenkemba nxazonke zenu. + Ingxenye yokugcina ngiyoyihlakazela kuyo yonke indawo, ngihoshe inkemba ngibajahe. +