-
Duteronomi 29:22, 23IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
22 “Lapho isizukulwane esizayo sabantwana benu nesifiki esivela ezweni elikude bebona izinhlupho zalelo zwe, izifo uJehova azilethe phezu kwalo— 23 isibabule nosawoti nokusha okubangelwa umlilo, kangangokuba lonke izwe lalo ngeke lihlwanyelwe noma kube khona okuhlumayo kulo, futhi ngeke kumile lutho kulo, njengaseSodoma naseGomora, + e-Adima naseZebhoyimi, + okwabhujiswa uJehova ngentukuthelo yakhe nangolaka lwakhe—
-
-
Jeremiya 17:6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
6 Iyoba njengesihlahla esimi sodwa ogwadule.
Ngeke izithole izinto ezinhle,
Kodwa iyohlala ezindaweni eziwugwadule ehlane,
Ezweni likasawoti okungahlali muntu kulo.
-