Joshuwa 10:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngenxa yalokho, amakhosi amahlanu ama-Amori +—inkosi yaseJerusalema, inkosi yaseHebroni, inkosi yaseJarimuthi, inkosi yaseLakishi nenkosi yase-Egiloni—ahlangana ekanye namabutho awo, ahamba ayovimbezela iGibheyoni ukuze alwe nalo. 1 AmaKhosi 21:25, 26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Akekho ngisho noyedwa owaba njengo-Ahabi, + owayezimisele* ukwenza okubi emehlweni kaJehova, eshoshozelwa umkakhe uJezebeli. + 26 Wenza ngendlela enengeka kakhulu ngokulandela izithixo ezinyanyekayo,* njengoba nje kwakwenze wonke ama-Amori uJehova ayewaxoshe phambi kwama-Israyeli.’ ” + 2 AmaKhosi 21:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 “UManase inkosi yakwaJuda wenze zonke lezi zinto ezinyanyekayo; wenze ngokukhohlakala ukwedlula wonke ama-Amori + ayengaphambi kwakhe, + wenza nokuba uJuda one ngezithixo zakhe ezinyanyekayo.*
5 Ngenxa yalokho, amakhosi amahlanu ama-Amori +—inkosi yaseJerusalema, inkosi yaseHebroni, inkosi yaseJarimuthi, inkosi yaseLakishi nenkosi yase-Egiloni—ahlangana ekanye namabutho awo, ahamba ayovimbezela iGibheyoni ukuze alwe nalo.
25 Akekho ngisho noyedwa owaba njengo-Ahabi, + owayezimisele* ukwenza okubi emehlweni kaJehova, eshoshozelwa umkakhe uJezebeli. + 26 Wenza ngendlela enengeka kakhulu ngokulandela izithixo ezinyanyekayo,* njengoba nje kwakwenze wonke ama-Amori uJehova ayewaxoshe phambi kwama-Israyeli.’ ” +
11 “UManase inkosi yakwaJuda wenze zonke lezi zinto ezinyanyekayo; wenze ngokukhohlakala ukwedlula wonke ama-Amori + ayengaphambi kwakhe, + wenza nokuba uJuda one ngezithixo zakhe ezinyanyekayo.*