Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Hezekeli 3:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Hamba uye kubantu* bakini abadingisiwe, + ukhulume nabo. Uthi kubo, ‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo,’ kungakhathaliseki ukuthi bayalalela noma cha.” +

  • Hezekeli 33:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Uma umuntu ezwa umsindo wophondo kodwa angasilaleli isixwayiso + bese inkemba ifika imbulale, igazi lakhe liyoba sekhanda lakhe. +

  • Hezekeli 33:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 lo muntu omubi abuyise into eyisibambiso, + abuyisele obekuthathwe ngokuphamba, + ahambe ngemithetho eholela ekuphileni ngokungakwenzi okungalungile, nakanjani uyoqhubeka ephila. + Ngeke afe.

  • Hezekeli 33:33
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 33 Lapho egcwaliseka—futhi azogcwaliseka nakanjani—bayokwazi ukuthi bekukhona umprofethi phakathi kwabo.” +

  • Johane 15:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Ukube bengingezanga futhi ngakhuluma nabo, bebengeke babe nasono. + Kodwa manje abanazo izaba ngesono sabo. +

  • IzEnzo 20:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Ngakho nginicela ukuba nibe ngofakazi kulo kanye lolu suku bokuthi ngimsulwa egazini labo bonke abantu, +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela