13 Ngemva kwalokho intukuthelo yami iyophela, ngeke ngisababonisa ulaka, ngiyokwaneliseka. + Bayokwazi ukuthi mina, Jehova, ngikhulumile ekuphikeleleni kwami ngifuna abantu bazinikele kimi ngokuphelele, + lapho sengiqedile ukudedela ulaka lwami kubo.