-
IsAmbulo 10:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Ngaya engelosini ngayitshela ukuba inginike umqulu omncane. Yathi kimi: “Wuthathe uwudle uwuqede, + uzokwenza isisu sakho sibe buhlungu,* kodwa emlonyeni wakho uzoba mnandi njengoju lwezinyosi.” 10 Ngawuthatha umqulu omncane esandleni sengelosi ngawudla, + emlonyeni wami wawumnandi njengoju lwezinyosi, + kodwa lapho sengiwudlile, isisu sami saba buhlungu.*
-