Genesise 18:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Kuyinto engacabangeki ukuthi ungenza ngale ndlela, ubulale umuntu olungile kanye nomubi ukuze isiphetho solungile nomubi sifane! + Kuyinto engacabangeki ngawe. + Ubengeke yini umaHluleli womhlaba wonke enze okulungile?” + IHubo 145:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 UJehova ulungile kuzo zonke izindlela zakhe +Uqotho kukho konke akwenzayo. + Isaya 40:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngubani obonisane naye ukuze aqonde,Noma ngubani omfundisa indlela yobulungisa,Noma omfundisa ulwazi,Noma ombonisa indlela yokuqonda kwangempela? +
25 Kuyinto engacabangeki ukuthi ungenza ngale ndlela, ubulale umuntu olungile kanye nomubi ukuze isiphetho solungile nomubi sifane! + Kuyinto engacabangeki ngawe. + Ubengeke yini umaHluleli womhlaba wonke enze okulungile?” +
14 Ngubani obonisane naye ukuze aqonde,Noma ngubani omfundisa indlela yobulungisa,Noma omfundisa ulwazi,Noma ombonisa indlela yokuqonda kwangempela? +