Eksodusi 34:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Wabe esethi: “Manje uma ngithole umusa kuwe, Jehova, ngicela uhambe nathi phakathi kwethu + Jehova, yize singabantu abanenkani, *+ uthethelele isiphambeko sethu nesono sethu, + usithathe sibe abantu bakho.” Jeremiya 3:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngakho izihlambi zemvula zigodliwe, +Ayikho imvula entwasahlobo. Unobuso obungenamahloni* bomfazi ofebayo;Uyenqaba ukuba namahloni. + Jeremiya 5:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 O Jehova, amehlo akho awabheki yini ukwethembeka? + Ubashayile, kodwa akubanga namphumela.* Ucishe wabaqothula, kodwa benqabile ukwamukela isiyalo. + Baqinise amakhanda abo, *+Benqabile ukubuyela kuwe. +
9 Wabe esethi: “Manje uma ngithole umusa kuwe, Jehova, ngicela uhambe nathi phakathi kwethu + Jehova, yize singabantu abanenkani, *+ uthethelele isiphambeko sethu nesono sethu, + usithathe sibe abantu bakho.”
3 Ngakho izihlambi zemvula zigodliwe, +Ayikho imvula entwasahlobo. Unobuso obungenamahloni* bomfazi ofebayo;Uyenqaba ukuba namahloni. +
3 O Jehova, amehlo akho awabheki yini ukwethembeka? + Ubashayile, kodwa akubanga namphumela.* Ucishe wabaqothula, kodwa benqabile ukwamukela isiyalo. + Baqinise amakhanda abo, *+Benqabile ukubuyela kuwe. +