-
Hezekeli 36:22, 23IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
22 “Ngakho yithi endlini ka-Israyeli, ‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo: “Isinyathelo angisithathi ngenxa yenu, nina ndlu ka-Israyeli, kodwa ngisithatha ngenxa yegama lami elingcwele enilingcolisile phakathi kwezizwe eniye kuzo.” ’ + 23 ‘Nakanjani ngizolingcwelisa igama lami elikhulu, + elangcoliswa phakathi kwezizwe, enalingcolisa phakathi kwazo; izizwe ziyokwazi ukuthi nginguJehova,’ + kusho iNkosi EnguMbusi uJehova, ‘lapho ngingcweliswa phakathi kwenu phambi kwazo.
-