Isaya 22:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Yingakho ngithe: “Ningangibheki, Ngizokhala kalusizi. + Musani ukulokhu ningiduduza Ngokubhujiswa kwabantu bakithi. *+ Jeremiya 4:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 O usizi lwami,* usizi lwami! Ngizwa ubuhlungu obukhulu enhliziyweni* yami. Inhliziyo yami ishaya ngamandla ngaphakathi kimi. Angikwazi ukuthula,Ngoba ngizwe umsindo wophondo,Inhlabamkhosi yempi. + Hezekeli 9:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngesikhathi besababulala, kwasala mina ngedwa, ngaguqa ngakhothama ngakhala ngathi: “Maye, Nkosi EnguMbusi Jehova! Ingabe uzobhubhisa bonke abasele bakwa-Israyeli lapho ukhiphela ulaka lwakho eJerusalema?” +
4 Yingakho ngithe: “Ningangibheki, Ngizokhala kalusizi. + Musani ukulokhu ningiduduza Ngokubhujiswa kwabantu bakithi. *+
19 O usizi lwami,* usizi lwami! Ngizwa ubuhlungu obukhulu enhliziyweni* yami. Inhliziyo yami ishaya ngamandla ngaphakathi kimi. Angikwazi ukuthula,Ngoba ngizwe umsindo wophondo,Inhlabamkhosi yempi. +
8 Ngesikhathi besababulala, kwasala mina ngedwa, ngaguqa ngakhothama ngakhala ngathi: “Maye, Nkosi EnguMbusi Jehova! Ingabe uzobhubhisa bonke abasele bakwa-Israyeli lapho ukhiphela ulaka lwakho eJerusalema?” +