Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Levitikusi 17:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Ngakho akusafanele imihlatshelo yawo ayenzele amademoni anjengezimbuzi, *+ afeba nawo. + Lokhu kuyoba umthetho waphakade kini kuzo zonke izizukulwane zenu.”’

  • Duteronomi 29:16, 17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 (Ngoba nazi kahle ukuthi sasiphila kanjani ezweni laseGibhithe nokuthi sadabula kanjani phakathi kwezizwe ezihlukahlukene ohambweni lwethu. + 17 Nanivame ukuzibona izinto zazo ezinengekayo nezithixo zazo ezinyanyekayo *+ zokhuni nezetshe, isiliva negolide, ezaziphakathi kwazo.)

  • Joshuwa 24:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 “Ngakho-ke, yesabani uJehova nimkhonze ngobuqotho* nangokwethembeka, *+ nisuse onkulunkulu okhokho benu ababebakhonza ngaphesheya koMfula* naseGibhithe, + nikhonze uJehova.

  • Hezekeli 20:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 “ ‘ “Kodwa badlubulunda kimi, babengafuni ukungilalela. Abazilahlanga izinto ezinengekayo ezaziphambi kwabo, abazishiyanga nezithixo zaseGibhithe + ezinyanyisayo. Ngakho ngathi ngizothululela ulaka lwami kubo, ngiyidedele yonke intukuthelo yami kubo ezweni laseGibhithe.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela