2 AmaKhosi 25:9, 10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Washisa indlu kaJehova, + indlu yenkosi *+ nazo zonke izindlu zaseJerusalema; + washisa nezindlu zabo bonke abantu abavelele. + 10 Lonke ibutho lamaKhaledi elalikanye nenduna yonogada ladiliza izindonga ezazibiyele iJerusalema. + Jeremiya 39:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 AmaKhaledi ashisa indlu yenkosi* nezindlu zabantu, + adiliza nezindonga zaseJerusalema. +
9 Washisa indlu kaJehova, + indlu yenkosi *+ nazo zonke izindlu zaseJerusalema; + washisa nezindlu zabo bonke abantu abavelele. + 10 Lonke ibutho lamaKhaledi elalikanye nenduna yonogada ladiliza izindonga ezazibiyele iJerusalema. +