1 AmaKhosi 10:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Uxhaxha lwemikhumbi kaHiramu eyayithwala igolide lase-Ofiri + lwaletha nezingodo zom-aligamu wase-Ofiri + eziningi kakhulu namatshe ayigugu. + 2 IziKronike 9:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Ngoba imikhumbi yenkosi yayiya eTharishishi + nezinceku zikaHiramu. + Kanye njalo ngemva kweminyaka emithathu kwakufika imikhumbi yaseTharishishi, ithwele igolide nesiliva, izinyo lendlovu, + izinkawu namapigogo. Hezekeli 27:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 “ ‘ “ITharishishi + lalenza ibhizinisi nawe ngenxa yengcebo yakho eningi. + Babekunika isiliva labo, insimbi, ithini nomthofu ukuze bathole izinto zakho. +
11 Uxhaxha lwemikhumbi kaHiramu eyayithwala igolide lase-Ofiri + lwaletha nezingodo zom-aligamu wase-Ofiri + eziningi kakhulu namatshe ayigugu. +
21 Ngoba imikhumbi yenkosi yayiya eTharishishi + nezinceku zikaHiramu. + Kanye njalo ngemva kweminyaka emithathu kwakufika imikhumbi yaseTharishishi, ithwele igolide nesiliva, izinyo lendlovu, + izinkawu namapigogo.
12 “ ‘ “ITharishishi + lalenza ibhizinisi nawe ngenxa yengcebo yakho eningi. + Babekunika isiliva labo, insimbi, ithini nomthofu ukuze bathole izinto zakho. +