Duteronomi 30:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 uJehova uNkulunkulu wakho uyobe esebuyisa izithunjwa zakho + akubonise isihe + aphinde akuqoqe kuzo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo. + Isaya 11:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Uyophakamisela izizwe isibonakaliso* futhi aqoqe abahlakazekile bakwa-Israyeli, + uyobaqoqela ndawonye abahlakazekile bakwaJuda bevela emagumbini amane omhlaba. + Jeremiya 30:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Yilokhu uJehova akushoyo: “Ngiqoqa abathunjiwe bamatende kaJakobe, +Ngizohawukela amatabernakele akhe. Idolobha liyophinde lakhiwe endundumeni yalo, +Umbhoshongo oqinile uyokuma endaweni yawo efanele. Hoseya 1:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Abantu bakwaJuda nabakwa-Israyeli bayoqoqelwa ndawonye babe munye, + bazikhethele inhloko eyodwa baphume ezweni ngoba luyoba lukhulu usuku lukaJizreyeli. +
3 uJehova uNkulunkulu wakho uyobe esebuyisa izithunjwa zakho + akubonise isihe + aphinde akuqoqe kuzo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo. +
12 Uyophakamisela izizwe isibonakaliso* futhi aqoqe abahlakazekile bakwa-Israyeli, + uyobaqoqela ndawonye abahlakazekile bakwaJuda bevela emagumbini amane omhlaba. +
18 Yilokhu uJehova akushoyo: “Ngiqoqa abathunjiwe bamatende kaJakobe, +Ngizohawukela amatabernakele akhe. Idolobha liyophinde lakhiwe endundumeni yalo, +Umbhoshongo oqinile uyokuma endaweni yawo efanele.
11 Abantu bakwaJuda nabakwa-Israyeli bayoqoqelwa ndawonye babe munye, + bazikhethele inhloko eyodwa baphume ezweni ngoba luyoba lukhulu usuku lukaJizreyeli. +