12 Izifiki, abantu abanonya ukubedlula bonke ezizweni, ziyosigawula, zisishiye ezintabeni, amahlamvu aso ayowela kuzo zonke izigodi, amagatsha aso ayophuka angene kuyo yonke imifudlana yezwe. + Zonke izizwe zomhlaba ziyosuka emthunzini waso zisishiye.