Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 21:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 Wamemeza njengebhubesi, wathi:

      “O Jehova, ngimi njalo phezu kwenqaba yokuqapha emini,

      Ngisendaweni yami yokuqapha ubusuku bonke. +

  • Jeremiya 1:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Kodwa wena kufanele ubhukule,*

      Kumele usukume ubatshele konke engikuyala ngakho.

      Ungabesabi, +

      Ukuze ngingakwenzi uthuthumele phambi kwabo.

  • Hezekeli 3:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 “Ndodana yomuntu, ngikwenze umlindi endlini ka-Israyeli; + lapho uzwa izwi eliphuma emlonyeni wami, kumele ubanike isixwayiso esivela kimi. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela