-
Daniyeli 4:8, 9IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Ekugcineni kwangena phambi kwami uDaniyeli, obizwa ngokuthi uBheliteshazari + ngokwegama likankulunkulu wami + futhi okukhona kuye umoya wonkulunkulu abangcwele, + ngamtshela iphupho, ngathi:
9 “ ‘O Bheliteshazari nduna yabapristi abenza imilingo, + ngazi kahle ukuthi umoya wonkulunkulu abangcwele ukuwe + nokuthi akukho mfihlo enzima kuwe. + Ngakho ngichazele imibono engiyibone ephusheni lami nencazelo yalo.
-