-
Daniyeli 6:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Zonke izikhulu zombuso, izinduna, ababusi bezifundazwe, izikhulu eziphakeme zasebukhosini nababusi, bacebisene ukuba babeke umthetho wasebukhosini nokuba baphoqelele umthetho ovimbelayo, wokuthi noma ngubani owenza isicelo kunoma yimuphi omunye unkulunkulu noma umuntu ezinsukwini ezingu-30 ngaphandle kokusenza kuwe nkosi, kufanele aphonswe emgodini wamabhubesi. + 8 Manje nkosi, kwangathi ungawumisa lo mthetho uwusayine, + ukuze ungashintshwa, ngokuvumelana nomthetho wamaMede namaPheresiya ongenakuguqulwa.” +
-