Daniyeli 8:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Impongo yaziphakamisa ngokwedlulele, kodwa ngokushesha lapho isinamandla, uphondo olukhulu lwaphuka; kwavela ezine ezigqamile esikhundleni salo, zibheke emimoyeni yomine yamazulu. + Daniyeli 11:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Kodwa lapho isimile, umbuso wayo uyophihlizwa uhlukaniselwe emimoyeni emine yamazulu, + kodwa ngeke unikwe inzalo* yayo futhi ngeke ube namandla anjengalawo eyabusa ngawo; ngoba umbuso wayo uyosishulwa unikwe abanye.
8 Impongo yaziphakamisa ngokwedlulele, kodwa ngokushesha lapho isinamandla, uphondo olukhulu lwaphuka; kwavela ezine ezigqamile esikhundleni salo, zibheke emimoyeni yomine yamazulu. +
4 Kodwa lapho isimile, umbuso wayo uyophihlizwa uhlukaniselwe emimoyeni emine yamazulu, + kodwa ngeke unikwe inzalo* yayo futhi ngeke ube namandla anjengalawo eyabusa ngawo; ngoba umbuso wayo uyosishulwa unikwe abanye.