37 Wena nkosi—nkosi yamakhosi, enikwe nguNkulunkulu wamazulu umbuso, + amandla, izikhwepha nenkazimulo, 38 esandleni sakho unikwe abantu nomaphi lapho behlala khona kanye nezilwane zasendle nezinyoni zamazulu, futhi ukwenze umbusi phezu kwakho konke +—wena ngokwakho uyikhanda legolide. +