16 Kodwa ngizwile ngawe ukuthi uyakwazi ukusho izincazelo + nokuxazulula izinkinga ezinzima. Manje, uma ukwazi ukufunda lo mbhalo nokungitshela incazelo yawo, uzombathiswa izingubo eziphephuli, ufakwe umgexo wegolide entanyeni yakho, ubuse ube ngowesithathu embusweni.” +