Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 5:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Kodwa uFaro wathi: “Ungubani uJehova + ukuba ngilalele izwi lakhe ngikhulule u-Israyeli? + Angimazi nhlobo uJehova, ngaphezu kwalokho, ngeke ngimkhulule u-Israyeli.” +

  • 2 IziKronike 32:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Ningamvumeli uHezekiya anikhohlise noma anidukise ngale ndlela! + Ningamethembi ngoba akukho nkulunkulu wanoma isiphi isizwe noma umbuso owakwazi ukusindisa abantu bakhe esandleni sami nasesandleni sokhokho bami. Ayisaphathwa ekaNkulunkulu wenu, ngeke akwazi ukunisindisa esandleni sami!’ ” +

  • Isaya 36:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Ngakho uRabishake wathi kubo: “Ngicela nithi kuHezekiya, ‘Yilokhu inkosi enkulu, inkosi yase-Asiriya, ekushoyo: “Yini lena othembele kuyo? +

  • Isaya 36:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Yimuphi unkulunkulu phakathi kwabo bonke onkulunkulu bala mazwe osindise izwe lakhe esandleni sami, okwenza nicabange ukuthi uJehova angasindisa iJerusalema esandleni sami?” ’ ” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela