1 Samuweli 17:37 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 37 UDavide wanezela: “UJehova, owangikhulula ezidladleni zebhubesi nasebhereni, nguye ozongikhulula esandleni salo mFilisti.” + Lapho ezwa lokhu uSawule wathi kuDavide: “Hamba, kwangathi uJehova angaba nawe.” IHubo 27:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 UJehova ungukukhanya kwami + nensindiso yami. Ngubani okufanele ngimesabe? + UJehova uyisiphephelo sokuphila kwami. + Ngizoba nengebhe ngobani? Isaya 12:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Bheka! UNkulunkulu uyinsindiso yami. + Ngizothembela kuye futhi ngeke ngesabe; +Ngoba uJah,* uJehova uyizikhwepha zami namandla ami,Usebe yinsindiso yami.” + Daniyeli 6:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 Uyakhulula, + asindise, enze izibonakaliso nezimangaliso emazulwini nasemhlabeni, + ngoba ukhulule uDaniyeli ezidladleni zamabhubesi.”
37 UDavide wanezela: “UJehova, owangikhulula ezidladleni zebhubesi nasebhereni, nguye ozongikhulula esandleni salo mFilisti.” + Lapho ezwa lokhu uSawule wathi kuDavide: “Hamba, kwangathi uJehova angaba nawe.”
27 UJehova ungukukhanya kwami + nensindiso yami. Ngubani okufanele ngimesabe? + UJehova uyisiphephelo sokuphila kwami. + Ngizoba nengebhe ngobani?
2 Bheka! UNkulunkulu uyinsindiso yami. + Ngizothembela kuye futhi ngeke ngesabe; +Ngoba uJah,* uJehova uyizikhwepha zami namandla ami,Usebe yinsindiso yami.” +
27 Uyakhulula, + asindise, enze izibonakaliso nezimangaliso emazulwini nasemhlabeni, + ngoba ukhulule uDaniyeli ezidladleni zamabhubesi.”