Hezekeli 36:19, 20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ngakho ngayihlakazela phakathi kwezizwe, ngayihlakazela emazweni. + Ngayahlulela ngokuvumelana nezindlela zayo nezenzo zayo. 20 Kodwa lapho ifika kulezo zizwe, abantu bangcolisa igama lami elingcwele + ngokuthi bathi ngayo, ‘Laba abantu bakaJehova, kodwa kwadingeka balishiye izwe lakhe.’ Hoseya 9:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngeke baqhubeke behlala ezweni likaJehova; +Kunalokho, u-Efrayimi uyobuyela eGibhithe,E-Asiriya bayodla okungcolile. +
19 Ngakho ngayihlakazela phakathi kwezizwe, ngayihlakazela emazweni. + Ngayahlulela ngokuvumelana nezindlela zayo nezenzo zayo. 20 Kodwa lapho ifika kulezo zizwe, abantu bangcolisa igama lami elingcwele + ngokuthi bathi ngayo, ‘Laba abantu bakaJehova, kodwa kwadingeka balishiye izwe lakhe.’
3 Ngeke baqhubeke behlala ezweni likaJehova; +Kunalokho, u-Efrayimi uyobuyela eGibhithe,E-Asiriya bayodla okungcolile. +