Hoseya 4:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Nakuba ufeba* Israyeli, +UJuda makangabi necala. + Maningezi eGiligali + noma eBheti-aveni, +Ningafungi nithi, ‘Ngimfunge uJehova!’ + Hoseya 12:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kube khona inkohliso* nokungelona iqiniso ngeGileyadi. + Benze umhlatshelo ngezinkunzi eGiligali, +Ama-altare abo anjengezinqwaba zamatshe emiseleni yensimu. + Amose 5:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ningalifuni iBhethele, +Ningayi eGiligali + noma niwelele eBheri-sheba, +Ngoba nakanjani iGiligali liyodingiswa, +IBhethele libe yize.*
15 Nakuba ufeba* Israyeli, +UJuda makangabi necala. + Maningezi eGiligali + noma eBheti-aveni, +Ningafungi nithi, ‘Ngimfunge uJehova!’ +
11 Kube khona inkohliso* nokungelona iqiniso ngeGileyadi. + Benze umhlatshelo ngezinkunzi eGiligali, +Ama-altare abo anjengezinqwaba zamatshe emiseleni yensimu. +
5 Ningalifuni iBhethele, +Ningayi eGiligali + noma niwelele eBheri-sheba, +Ngoba nakanjani iGiligali liyodingiswa, +IBhethele libe yize.*