Duteronomi 31:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Qoqela abantu ndawonye, + amadoda, abesifazane, abantwana* nesifiki esisemadolobheni* akho ukuze balalele, bafunde futhi besabe uJehova uNkulunkulu wakho, baqikelele ukuthi bawafeza wonke amazwi alo Mthetho. 2 IziKronike 20:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Lapho ezwa lokho uJehoshafati wesaba, wazimisela ukuba afune uJehova. + Ngakho wamemezela ukuba wonke uJuda azile ukudla. 2 IziKronike 20:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Phakathi naleso sikhathi bonke abakwaJuda babemi phambi kukaJehova kanye nomkabo, izingane* zabo nabancane babo.
12 Qoqela abantu ndawonye, + amadoda, abesifazane, abantwana* nesifiki esisemadolobheni* akho ukuze balalele, bafunde futhi besabe uJehova uNkulunkulu wakho, baqikelele ukuthi bawafeza wonke amazwi alo Mthetho.
3 Lapho ezwa lokho uJehoshafati wesaba, wazimisela ukuba afune uJehova. + Ngakho wamemezela ukuba wonke uJuda azile ukudla.
13 Phakathi naleso sikhathi bonke abakwaJuda babemi phambi kukaJehova kanye nomkabo, izingane* zabo nabancane babo.