Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 62:8, 9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 UJehova ufunge ngesandla sakhe sokudla nangengalo yakhe enamandla wathi:

      “Ngeke ngisanika izitha zakho ukudla kwakho okusanhlamvu ukuba kube ngukudla kwazo,

      Abezinye izizwe ngeke besaliphuza iwayini lakho elisha olikhandlekele. +

       9 Kodwa ukudla okusanhlamvu kuyodliwa yilabo abakubuthayo futhi bayomdumisa uJehova;

      Nalabo abaqoqa iwayini bayoliphuzela emagcekeni ami angcwele.” +

  • Amose 9:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 ‘Bhekani! Kuza izinsuku,’ kusho uJehova,

      ‘Lapho umlimi eyofica umvuni,

      Nomnyatheli wamagilebhisi afice ophethe imbewu; +

      Izintaba ziyoconsa iwayini elimnandi, +

      Nawo wonke amagquma ayogeleza iwayini. *+

  • Malaki 3:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Kuletheni konke okweshumi enqolobaneni, + ukuze kube nokudla endlini yami; + ngicela ningivivinye kulesi sici,” kusho uJehova wamabutho, “ukuze nibone ukuthi ngeke yini nginivulele amasango asemazulwini + nginithululele isibusiso nize ningasweli lutho.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela