Mathewu 24:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 “Masinyane ngemva kosizi lwangalezo zinsuku, ilanga liyoba mnyama, + nenyanga ngeke ikhanye, nezinkanyezi ziyowa ezulwini namandla amazulu ayonyakaziswa. + Marku 13:24, 25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 “Kodwa ngalezo zinsuku, ngemva kwalolo sizi, ilanga liyoba mnyama, nenyanga ngeke ikhanye, + 25 nezinkanyezi ziyowa ezulwini, namandla amazulu ayonyakaziswa. Luka 21:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 “Kuyoba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini, + kube khona usizi lwezizwe emhlabeni, zingayazi indlela yokuphuma ngenxa yokuduma kolwandle nokuyaluza kwalo. IsAmbulo 6:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngabona lapho livula uphawu lwesithupha, kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu; ilanga laba mnyama njengendwangu yesaka emnyama eyenziwe ngoboya,* yonke inyanga yaba njengegazi, +
29 “Masinyane ngemva kosizi lwangalezo zinsuku, ilanga liyoba mnyama, + nenyanga ngeke ikhanye, nezinkanyezi ziyowa ezulwini namandla amazulu ayonyakaziswa. +
24 “Kodwa ngalezo zinsuku, ngemva kwalolo sizi, ilanga liyoba mnyama, nenyanga ngeke ikhanye, + 25 nezinkanyezi ziyowa ezulwini, namandla amazulu ayonyakaziswa.
25 “Kuyoba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini, + kube khona usizi lwezizwe emhlabeni, zingayazi indlela yokuphuma ngenxa yokuduma kolwandle nokuyaluza kwalo.
12 Ngabona lapho livula uphawu lwesithupha, kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu; ilanga laba mnyama njengendwangu yesaka emnyama eyenziwe ngoboya,* yonke inyanga yaba njengegazi, +