Duteronomi 28:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Amadodana akho namadodakazi akho ayonikwa esinye isizwe + ubhekile futhi ngaso sonke isikhathi uyofisa ukuwabona, kodwa izandla zakho ziyobe zingenamandla. Hezekeli 27:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Abakhe eSidoni nase-Arivadi + babengabagwedli bakho. Izingcweti zakho Thire zazingamatilosi akho. + Hezekeli 27:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 UJavani, uThubhali + noMesheke + bahweba nawe, bekunika izigqila + nezinto zethusi ukuze bathole izinto zakho ozithengisayo.
32 Amadodana akho namadodakazi akho ayonikwa esinye isizwe + ubhekile futhi ngaso sonke isikhathi uyofisa ukuwabona, kodwa izandla zakho ziyobe zingenamandla.
8 Abakhe eSidoni nase-Arivadi + babengabagwedli bakho. Izingcweti zakho Thire zazingamatilosi akho. +
13 UJavani, uThubhali + noMesheke + bahweba nawe, bekunika izigqila + nezinto zethusi ukuze bathole izinto zakho ozithengisayo.