Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 4:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Lapho uJehova egeza ukungcola* kwamadodakazi aseZiyoni, + esusa negazi* ngaphakathi eJerusalema ngomoya wokwahlulela nangomoya wokushisa, *+

  • Hezekeli 36:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Ngiyonifafaza ngamanzi ahlanzekile nihlanzeke; + ngiyonihlanza kukho konke ukungcola kwenu + nakuzo zonke izithixo zenu ezinyanyisayo. +

  • Mika 7:18, 19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Ubani onguNkulunkulu onjengawe,

      Othethelela iphutha labasele befa lakhe + kanye nesiphambeko sabo? +

      Ngeke athukuthele kuze kube phakade

      Ngoba ujabula ngothando oluqotho. +

      19 Uzophinde asibonise isihe; + uzozinqoba* iziphambeko zethu.

      Wena uzoziphonsa ekujuleni kolwandle zonke izono zabo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela