-
Isaya 14:29IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
29 “Ungajabuli Filistiya, nanoma ngubani okuwe,
Ngenxa nje yokuthi induku yalowo okushayayo iphukile.
-
-
Hezekeli 25:16, 17IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 Ngakho yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo: “Ngelula isandla sami ngokumelene namaFilisti, + ngizowanquma amaKhereti, + ngibhubhise abantu abasele ogwini lolwandle. + 17 Ngizoletha kubo izenzo ezinkulu zempindiselo nezijeziso ezinonya; bazokwazi ukuthi nginguJehova lapho ngehlisela impindiselo yami kubo.” ’ ”
-