Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 28:45
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 45 “Zonke lezi ziqalekiso + nakanjani ziyokwehlela zikuxoshe, zikufice kuze kube yilapho usuqothuliwe, + ngoba awuzange ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuba ugcine imiyalo yakhe nemithetho yakhe akuyale ngayo. +

  • 2 AmaKhosi 17:6, 7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Ngonyaka ka-9 kaHosheya, inkosi yase-Asiriya yalinqoba iSamariya. + Ngemva kwalokho yathatha abantu bakwa-Israyeli yabadingisela + e-Asiriya yabahlalisa eHala naseHabori ngasemfuleni iGozani + nasemadolobheni amaMede. +

      7 Lokhu kwabehlela ngenxa yokuthi abantu bakwa-Israyeli babonile kuJehova uNkulunkulu wabo, owabakhipha ezweni laseGibhithe ngaphansi kwesandla sikaFaro inkosi yaseGibhithe. + Bakhonza* abanye onkulunkulu, +

  • Hezekeli 23:4, 5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Amagama abo kwakungu-Ohola,* omdala, no-Oholiba* udadewabo. Baba ngabami bazala amadodana namadodakazi. Ngokuqondene namagama abo, u-Ohola yiSamariya, + u-Oholiba yiJerusalema.

      5 “U-Ohola waqala ukufeba esengowami. + Wayekhanukela labo ababemkhanukela, + omakhelwane bakhe ama-Asiriya. +

  • Hoseya 4:1, 2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Bantu bakwa-Israyeli, yizwani izwi likaJehova,

      Ngoba kunecala uJehova azoliqulisa abahlala ezweni, +

      Ngoba akukho qiniso naluthando oluqotho nalwazi ngoNkulunkulu ezweni. +

       2 Kusakazeke izifungo zamanga nokuqamba amanga + nokubulala +

      Nokweba nokuphinga, +

      Izenzo zokuchitha igazi ziyalandelana. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela