-
Numeri 21:23-25IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
23 Kodwa uSihoni akamvumelanga u-Israyeli ukuba adabule endaweni yakhe. Kunalokho waqoqa bonke abantu bakhe waphuma wayomelana no-Israyeli ehlane, wafika eJahazi waqala ukulwa no-Israyeli. + 24 Kodwa u-Israyeli wamnqoba ngenkemba + walidla izwe lakhe + kusukela e-Arinoni + kwaze kwaba seJabhoki, + eduze kwama-Amoni, ngoba iJazeri + liwumngcele wendawo yama-Amoni. +
25 Ngakho u-Israyeli wawathatha wonke la madolobha, waqala ukuhlala kuwo wonke amadolobha ama-Amori + eHeshibhoni nakuzo zonke izindawo ezingaphansi kwalo.*
-