Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 1:5, 6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  5 Kukuphi lapho ungaphinde ushaywe khona, njengoba uqhubeka nokuvukela? +

      Ikhanda liyagula,

      Nenhliziyo inesifo. +

       6 Akukho ndawo ephilile kusukela ematheni onyawo kuze kufike ekhanda.

      Kunamanxeba, imivimbo nezilonda

      —Akuzange kwelashwe* noma kuboshwe noma kugcotshwe ngamafutha. +

  • Jeremiya 15:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Kungani ubuhlungu bami bungapheli nenxeba lami lingapholi?

      Alelapheki.

      Ingabe uzoba njengomthombo wamanzi oshile

      Okungeke kuthenjelwe kuwo?

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela