Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 42:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Bazobuyiselwa emuva, bazohlazeka kakhulu,

      Labo abathembela ezithombeni ezibaziwe,

      Labo abathi ezithombeni zensimbi:* “Ningonkulunkulu bethu.” +

  • Isaya 44:19, 20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Akekho ocabangayo enhliziyweni yakhe

      Noma onolwazi noma ukuqonda, othi:

      “Ingxenye yaso ngiyishise emlilweni,

      Emalahleni aso ngibhake isinkwa ngosa nenyama ngadla.

      Ingabe ingxenye yaso esele kufanele ngiyenze ibe yinto enyanyekayo? +

      Ingabe kufanele ngikhonze ugodo* lwesihlahla?”

      20 Udla umlotha.

      Inhliziyo yakhe ekhohlisiwe imdukisile.

      Akakwazi ukuzisindisa, futhi akasho ukuthi:

      “Awekho yini amanga esandleni sami sokudla?”

  • Isaya 45:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Buthanani nize.

      Sondelani nonke, nina abaphunyukile abavela ezizweni. +

      Abazi lutho, labo abahamba bephethe izithombe ezibaziwe

      Abathandaza kunkulunkulu ongeke akwazi ukubasindisa. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela