Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 33:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Wathi:

      “UJehova—weza evela eSinayi, +

      Wakhanya phezu kwabo eseSeyiri.

      Wakhanya ngenkazimulo esesifundeni esinezintaba sasePharanu, +

      Kwakukhona amashumi ezinkulungwane ezingcwele kanye naye, +

      Esandleni sakhe sokudla kukhona amaqhawe akhe. +

  • AbaHluleli 5:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Jehova, lapho uphuma eSeyiri, +

      Lapho uphuma endaweni yakwa-Edomi,

      Umhlaba wazamazama, namazulu ehlisa imvula,

      Amafu ehlisa amanzi.

  • IHubo 68:7, 8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 O Nkulunkulu, lapho uhola abantu bakho, *+

      Lapho unqamula ogwadule, (Sela)

       8 Umhlaba wazamazama; +

      Imvula yana ivela ezulwini* ngenxa kaNkulunkulu;

      Leli Sinayi lazamazama ngenxa kaNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela