Isaya 11:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Ngalolo suku uJehova uyophinda elule isandla sakhe, okwesibili, ukuze alande abantu bakhe abasele e-Asiriya, + eGibhithe, + ePhatirosi, + eKushe, + e-Elamu, + eShinari,* eHamati naseziqhingini zolwandle. + Jeremiya 31:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngoba yilokhu uJehova akushoyo: “Memezani uJakobe ngokujabula. Memezani ngenjabulo ngoba uyinhloko yezizwe. + Kumemezeleni; dumisani nithi,‘Jehova, sindisa abantu bakho, abasele bakwa-Israyeli.’ + Hagayi 1:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 UZerubhabhele + indodana kaSheyalitiyeli, + noJoshuwa indodana kaJehozadaki + umpristi ophakeme, nabo bonke abanye abantu balilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wabo namazwi kaHagayi umprofethi, ngoba uJehova uNkulunkulu wabo wayemthumile; abantu besaba ngenxa kaJehova.
11 Ngalolo suku uJehova uyophinda elule isandla sakhe, okwesibili, ukuze alande abantu bakhe abasele e-Asiriya, + eGibhithe, + ePhatirosi, + eKushe, + e-Elamu, + eShinari,* eHamati naseziqhingini zolwandle. +
7 Ngoba yilokhu uJehova akushoyo: “Memezani uJakobe ngokujabula. Memezani ngenjabulo ngoba uyinhloko yezizwe. + Kumemezeleni; dumisani nithi,‘Jehova, sindisa abantu bakho, abasele bakwa-Israyeli.’ +
12 UZerubhabhele + indodana kaSheyalitiyeli, + noJoshuwa indodana kaJehozadaki + umpristi ophakeme, nabo bonke abanye abantu balilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wabo namazwi kaHagayi umprofethi, ngoba uJehova uNkulunkulu wabo wayemthumile; abantu besaba ngenxa kaJehova.