Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 57:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Yilokhu Lowo oPhakeme futhi Omkhulu akushoyo,

      Ohlala kuze kube phakade + ogama lakhe lingcwele: +

      “Ngihlala endaweni ephakeme nengcwele, +

      Kodwa futhi ngihlala nalowo ocindezelekile nodangele,*

      Ukuze ngivuselele odangele

      Ngivuselele nenhliziyo yabacindezelekile. +

  • Isaya 61:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 61 Umoya weNkosi EnguMbusi uJehova uphezu kwami, +

      Ngoba uJehova ungigcobile ukuba ngimemezele izindaba ezinhle kwabamnene. +

      Ungithume ukuba ngibophe abaphukile enhliziyweni,

      Ukuba ngimemezele inkululeko kulabo abathunjiwe

      Nokuthi iziboshwa ziyophinde zibone, +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela