Isaya 10:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Ngoba nakuba abantu bakho Israyeli,Bengangesihlabathi solwandle,Yinsali kuphela phakathi kwabo eyobuya. + UNkulunkulu unqume ukubaqothula, +Bazobhekana nobulungisa. *+ Mika 4:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ababexhuga ngiyobenza babe insali, +Abadediselwe kude ngibenze babe isizwe esinamandla; +UJehova uyobusa njengenkosi phezu kwabo eNtabeni iZiyoni,Kusukela manje kuze kube phakade.
22 Ngoba nakuba abantu bakho Israyeli,Bengangesihlabathi solwandle,Yinsali kuphela phakathi kwabo eyobuya. + UNkulunkulu unqume ukubaqothula, +Bazobhekana nobulungisa. *+
7 Ababexhuga ngiyobenza babe insali, +Abadediselwe kude ngibenze babe isizwe esinamandla; +UJehova uyobusa njengenkosi phezu kwabo eNtabeni iZiyoni,Kusukela manje kuze kube phakade.