Mika 7:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Nesitha sami siyobona,Siyombozwa amahloni, sona esathi kimi: “Uphi uJehova uNkulunkulu wakho?” + Amehlo ami ayosibuka. Manje sizodovadovwa njengodaka ezitaladini. Zakariya 2:8, 9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngoba yilokhu uJehova wamabutho akushoyo, lowo ngemva kokukhazinyuliswa* ongithume ezizweni ezaziniphanga: + ‘Othinta nina uthinta inhlamvu yeso lami. + 9 Ngizobaphakamisela isandla futhi bazophangwa yizigqila zabo.’ + Niyokwazi ngokuqinisekile ukuthi uJehova wamabutho ungithumile.
10 Nesitha sami siyobona,Siyombozwa amahloni, sona esathi kimi: “Uphi uJehova uNkulunkulu wakho?” + Amehlo ami ayosibuka. Manje sizodovadovwa njengodaka ezitaladini.
8 Ngoba yilokhu uJehova wamabutho akushoyo, lowo ngemva kokukhazinyuliswa* ongithume ezizweni ezaziniphanga: + ‘Othinta nina uthinta inhlamvu yeso lami. + 9 Ngizobaphakamisela isandla futhi bazophangwa yizigqila zabo.’ + Niyokwazi ngokuqinisekile ukuthi uJehova wamabutho ungithumile.