1 AmaKhosi 6:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngonyaka ka-480 ngemva kokuba ama-Israyeli* ephume ezweni laseGibhithe, + ngonyaka wesine ngemva kokuba uSolomoni ebe yinkosi phezu kuka-Israyeli, ngenyanga kaZivi *+ (okungukuthi, inyanga yesibili), uSolomoni waqala ukwakha indlu kaJehova. *+ Ezra 3:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Abaningi kubapristi, amaLevi nezinhloko zemindeni yoyise—amaxhegu ayebone indlu yokuqala—bakhala kakhulu lapho bebona kubekwa isisekelo sale ndlu, + kuyilapho abanye abaningi bememeza kakhulu ngenjabulo. +
6 Ngonyaka ka-480 ngemva kokuba ama-Israyeli* ephume ezweni laseGibhithe, + ngonyaka wesine ngemva kokuba uSolomoni ebe yinkosi phezu kuka-Israyeli, ngenyanga kaZivi *+ (okungukuthi, inyanga yesibili), uSolomoni waqala ukwakha indlu kaJehova. *+
12 Abaningi kubapristi, amaLevi nezinhloko zemindeni yoyise—amaxhegu ayebone indlu yokuqala—bakhala kakhulu lapho bebona kubekwa isisekelo sale ndlu, + kuyilapho abanye abaningi bememeza kakhulu ngenjabulo. +