2 Ngiyobutha zonke izizwe ukuba zilwe neJerusalema; leli dolobha liyonqotshwa izindlu ziphangwe, abesifazane bayodlwengulwa. Ingxenye yabantu bedolobha iyoya ekudingisweni, kodwa abantu abasele, ngeke basuswe edolobheni.
3 “UJehova uyophuma alwe nalezo zizwe + njengalapho elwa ngosuku lwempi. +