Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 11:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Kuyomila ihlumela + esiqwini* sikaJese, +

      Ezimpandeni zakhe ihlumela + liyothela izithelo.

  • Isaya 53:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  2 Inceku iyovela njengehlumela + phambi kwakhe,* nanjengempande ezweni elingenamanzi.

      Ayinaso isithunzi futhi ayikhazimuli; +

      Indlela ebukeka ngayo ayisenzi sisondele kuyo uma siyibona.*

  • Isaya 53:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Ngenxa yosizi analo, uyobona aneliseke.

      Ngolwazi lwakhe olungile, inceku yami, +

      Uyoholela abantu abaningi ekulungeni +

      Athwale nezono zabo. +

  • Jeremiya 23:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 “Kuza izinsuku,” kusho uJehova, “lapho ngiyovusela uDavide indlalifa elungile. + Iyobusa njengenkosi, + iyobonisa ukuqonda, ekwenzayo iyokwenza ngobulungisa nangokulunga ezweni. +

  • Jeremiya 33:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Ngalezo zinsuku nangaleso sikhathi ngiyokwenza ukuba kuhlume indlalifa kaDavide elungile, + iyokwenza ngobulungisa nangokulunga ezweni. +

  • Zakariya 6:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Uthi kuye,

      “ ‘Yilokhu uJehova wamabutho akushoyo: “Nangu umuntu ogama lakhe linguHlumela. + Uyohluma esendaweni yakhe futhi uyokwakha ithempeli likaJehova. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela