Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ezra 3:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Ngonyaka wesibili ngemva kokufika kwabo endlini kaNkulunkulu weqiniso eJerusalema, ngenyanga yesibili, uZerubhabhele indodana kaSheyalitiyeli, uJeshuwa indodana kaJehozadaki nabo bonke abafowabo, abapristi namaLevi, nabo bonke ababefike eJerusalema bevela ekuthunjweni + baqala ukusebenza; babeka amaLevi kusukela kwaneminyaka engu-20 kuya phezulu ukuba aqondise umsebenzi wendlu kaJehova.

  • Ezra 3:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Lapho abakhi bebeka isisekelo sethempeli likaJehova, + abapristi ababembethe izembatho ezisemthethweni, bephethe amacilongo, + namaLevi, amadodana ka-Asafa, ephethe amasimbali, basukuma ukuze badumise uJehova ngokwesiqondiso sikaDavide inkosi yakwa-Israyeli. +

  • Ezra 5:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngaphezu kwalokho, iNkosi uKoresi yakhipha izitsha zegolide nezesiliva zendlu kaNkulunkulu, lezo uNebukhadinezari ayezithathe ethempelini eJerusalema waziyisa ethempelini laseBhabhiloni. + Lezo zitsha zanikwa umuntu ogama lakhe uSheshibhazari, *+ uKoresi ayemenze umbusi. +

  • Ezra 5:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Lo Sheshibhazari wafika, wabeka izisekelo zendlu kaNkulunkulu eseJerusalema; + ibilokhu yakhiwa kusukela ngaleso sikhathi kuze kube manje, kodwa ayikaqedwa.’ +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela