Isaya 43:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 “Ningofakazi bami,” + kusho uJehova,“Yebo, inceku yami engiyikhethile, +Ukuze nazi futhi nibe nokholo kimi*Niqonde ukuthi ngisenguYe. + Ngaphambi kwami akukho Nkulunkulu owabunjwa,Nangemva kwami akekho oyoba khona. + Isaya 46:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngiyolokhu ngingofanayo nize niguge; +Ngiyoqhubeka nginisekela kuze kube yilapho izinwele zenu sezimpunga. Njengoba ngenzile ngizonithwala, nginisekele nginikhulule. + Jakobe 1:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Zonke izipho ezinhle nazo zonke izipho eziphelele zivela phezulu, + zehla zivela kuYise wezinkanyiso zasezulwini, + ongashintshashintshi noma aphenduke kuhle kwethunzi. *+
10 “Ningofakazi bami,” + kusho uJehova,“Yebo, inceku yami engiyikhethile, +Ukuze nazi futhi nibe nokholo kimi*Niqonde ukuthi ngisenguYe. + Ngaphambi kwami akukho Nkulunkulu owabunjwa,Nangemva kwami akekho oyoba khona. +
4 Ngiyolokhu ngingofanayo nize niguge; +Ngiyoqhubeka nginisekela kuze kube yilapho izinwele zenu sezimpunga. Njengoba ngenzile ngizonithwala, nginisekele nginikhulule. +
17 Zonke izipho ezinhle nazo zonke izipho eziphelele zivela phezulu, + zehla zivela kuYise wezinkanyiso zasezulwini, + ongashintshashintshi noma aphenduke kuhle kwethunzi. *+