Mathewu 10:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Amagama abaphostoli abangu-12 yilawa: + Owokuqala, nguSimoni, obizwa ngokuthi uPetru, + no-Andreya + umfowabo; uJakobe indodana kaZebedewu noJohane + umfowabo; Mathewu 27:55, 56 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 55 Abesifazane abaningi babekhona lapho bebukele bekude, labo ababekade behambisana noJesu besuka eGalile ukuze bamsize; + 56 phakathi kwabo kwakunoMariya Magdalena kanye noMariya unina kaJakobe noJose nonina wamadodana kaZebedewu. + Marku 3:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 uJakobe indodana kaZebedewu noJohane umfowabo kaJakobe (nalaba wabaqamba ngokuthi Bowanergesi, okusho ukuthi “amaDodana Okuduma”), + Marku 10:35 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 35 UJakobe noJohane, amadodana kaZebedewu, + beza kuye bathi: “Mfundisi, sifuna usenzele noma yini esiyicela kuwe.” + Johane 21:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Kwakuhlangene uSimoni Petru, uTomase (owayebizwa ngokuthi iWele), + uNathanayeli + waseKhana laseGalile, amadodana kaZebedewu + nabanye ababili kubafundi bakhe.
2 Amagama abaphostoli abangu-12 yilawa: + Owokuqala, nguSimoni, obizwa ngokuthi uPetru, + no-Andreya + umfowabo; uJakobe indodana kaZebedewu noJohane + umfowabo;
55 Abesifazane abaningi babekhona lapho bebukele bekude, labo ababekade behambisana noJesu besuka eGalile ukuze bamsize; + 56 phakathi kwabo kwakunoMariya Magdalena kanye noMariya unina kaJakobe noJose nonina wamadodana kaZebedewu. +
17 uJakobe indodana kaZebedewu noJohane umfowabo kaJakobe (nalaba wabaqamba ngokuthi Bowanergesi, okusho ukuthi “amaDodana Okuduma”), +
35 UJakobe noJohane, amadodana kaZebedewu, + beza kuye bathi: “Mfundisi, sifuna usenzele noma yini esiyicela kuwe.” +
2 Kwakuhlangene uSimoni Petru, uTomase (owayebizwa ngokuthi iWele), + uNathanayeli + waseKhana laseGalile, amadodana kaZebedewu + nabanye ababili kubafundi bakhe.