Luka 4:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Wabe eseya eNazaretha, + lapho ayekhulele khona, ngokwenqubo yakhe ngosuku lweSabatha, wangena esinagogeni, + wasukuma ukuze afunde. IzEnzo 13:13, 14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 UPawulu nabangani bakhe bathatha uhambo lwasolwandle besuka ePhafu bafika ePherga ePhamfiliya. Kodwa uJohane + wabashiya wabuyela eJerusalema. + 14 Nokho, baqhubeka besuka ePherga bafika e-Antiyokiya ePhisidiya. Bangena esinagogeni + ngosuku lweSabatha, bafike bahlala phansi.
16 Wabe eseya eNazaretha, + lapho ayekhulele khona, ngokwenqubo yakhe ngosuku lweSabatha, wangena esinagogeni, + wasukuma ukuze afunde.
13 UPawulu nabangani bakhe bathatha uhambo lwasolwandle besuka ePhafu bafika ePherga ePhamfiliya. Kodwa uJohane + wabashiya wabuyela eJerusalema. + 14 Nokho, baqhubeka besuka ePherga bafika e-Antiyokiya ePhisidiya. Bangena esinagogeni + ngosuku lweSabatha, bafike bahlala phansi.