2 Samuweli 11:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ngolunye usuku kusihlwa,* uDavide wavuka embhedeni wakhe wahambahamba phezu kwendlu* yenkosi. Njengoba ephezu kwendlu wabona owesifazane egeza, lona wesifazane wayemuhle kakhulu. Jobe 31:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 “Ngenze isivumelwano namehlo ami. + Ngakho ngingayinaka kanjani ngokungafanele intombi? +
2 Ngolunye usuku kusihlwa,* uDavide wavuka embhedeni wakhe wahambahamba phezu kwendlu* yenkosi. Njengoba ephezu kwendlu wabona owesifazane egeza, lona wesifazane wayemuhle kakhulu.