Mathewu 13:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Kepha lowo ohlwanyelwe phakathi kwameva, yilowo olizwayo izwi kodwa izinkathazo zokuphila *+ namandla engcebo akhohlisayo kuliminyanise izwi, lingatheli. + Luka 16:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ayikho inceku engaba isigqila samakhosi amabili, ngoba iyozonda enye ithande enye, noma iyonamathela kwenye idelele enye. Anikwazi ukuba izigqila zikaNkulunkulu nezeNgcebo.” +
22 Kepha lowo ohlwanyelwe phakathi kwameva, yilowo olizwayo izwi kodwa izinkathazo zokuphila *+ namandla engcebo akhohlisayo kuliminyanise izwi, lingatheli. +
13 Ayikho inceku engaba isigqila samakhosi amabili, ngoba iyozonda enye ithande enye, noma iyonamathela kwenye idelele enye. Anikwazi ukuba izigqila zikaNkulunkulu nezeNgcebo.” +