10 Ungazesabi izinto osazohlupheka ngazo. + Bheka! UDeveli uzoqhubeka ephonsa abanye kini ejele ukuze nivivinywe ngokugcwele, futhi nizoba nosizi izinsuku eziyishumi. Zibonakalise uthembekile kuze kube ngisho nasekufeni, khona-ke ngiyokunika umqhele wokuphila. +